RAHABI: ISINDINDWA ESETHEMBA UNKULUNKULU

Bengicabanga ukuthi umholi wakwa Israel kwakungu Mose.Pho kwakungubani lo Joshuwa? Lalikuphi iJerikho futhi kwakungani ukuba abantu bakwa Israel bafune lelidolobha? Kwakungobani abantu baseJerikho ? Ngakube babengabantu abahle?